A little secret to rock your YouTube subscribers
Get Free YouTube Subscribers, Views and Likes

Ukhozi FM TV: Sandile Cele

Follow
Ukhozi FM TV

USandile Cele ungumntwana kaNkulunkulu uMfundisi ohola ibandla elibizwa ngokuthi iThe Ark of Worship International kanye nomkakhe. UMnu noNkk Cele bangabasunguli be Raising an Altar Of Prayer, okuwuhlelo lapho bathandazela abantu futhi bathandaze kanye nabantu ezinkundleni zokuxhumana.

USandile Cele ungumculi owathola udumo esaseqejini elikhulu lomculo wokholo iJoyous Celebration.

Thamela lengxoxo abenayo no Muzi Mthabela esilandisa ngempilo yakhe.

#SAMusicMonth #SandileCele #UkhoziFMTV #UkhoziFM #Zidlekhaya

posted by rhedegyddrc