Learn how to get Free YouTube subscribers, views and likes
Get Free YouTube Subscribers, Views and Likes

Ukuhlola umsamo

Follow
Umsamo Institute

Kubalulekile ukwazi ukuthi kungani uyohlola kugobela. Kunezinhlobo ezimbili zezizathi eziyizimbangela zezinkinga zoMsamo: amasiko kanye nemimoya yamadlozi. Ukuyohlola ube wazi ukuthi inqubo yamasiko kanye nemigomo ayizange yalandelwa ngendlela efanele lokho kubambezela ukululama kwakho futhi kukubeke uncupheni yokukhohliseka.Thola ukwalulekwa mayelana nale zimo ukuze ukwazi nawe ukululama ngokushesha. Lezo zimo eziphathelene nemimoya, izipho kanye nokuthwasa kumele uvumela ugobela angenelele futhi akusize. Sicela ulalele ukuphawula kukaDokotela uMkhize.

It is important to know why you are going to consult a healer. There are two types of causes for problems eMsamo: cultural and spiritual (ancestral). To consult whilst aware that cultural procedure and protocol was not followed accordingly is to only further delay your healing and put you at risk of deception. Seek clarity and advise with these matters but they are for you to heal yourselves as a family. Those matters regarding the spirit, gifts and initiation let your healer assist and intervene. Please listen to Dr. Mkhize's comments.

posted by phyrebrightx3